Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta esikhoxeni senyonga kaJakobe emsipheni oshwabeneyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenqulu osesikhoxeni senyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta isikhoxo senyonga kaJakobe emsipheni wenqulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Kungenxa yalokho-ke abakwa-Israyeli bengawudli umsipha onamathele ethebeni lenyonga kuze kube namuhla, ngokuba uJakobe wathintwa lapho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:32
6 Referans Kwoze  

Ngalokho abapristi bakaDagoni nabo bonke abangena endlini kaDagoni abanyatheli embundwini kaDagoni e-Ashidodi kuze kube namuhla.


Esebona ukuthi akamnqobanga, wamthinta esikhoxeni senyonga; isikhonkwane senyonga kaJakobe saqhekezeka ekubambeni kwakhe.


Esedlula ePniel, ilanga lamphumela, wema ethangeni lakhe.


UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabona, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela uLeya noRaheli nezincekukazi zombili.


Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengalokho bamphendula abantu baseSukoti.


UJerobowamu wakha iShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, wahlala kulo; waphuma lapho, wakha iPnuweli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite