Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Esebona ukuthi akamnqobanga, wamthinta esikhoxeni senyonga; isikhonkwane senyonga kaJakobe saqhekezeka ekubambeni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Esebona ukuthi akamahluli, wathinta esikhoxeni senyonga yakhe, waphinyazeka uJakobe esikhoxeni senyonga esebambene naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Lapho leyo ndoda ibona ukuthi ayimehluli uJakobe, yayisifinyelela enyongeni yakhe, yabhinyika esikhoxeni sayo besabambene.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:25
14 Referans Kwoze  

Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.


Usho kanje uJehova, oNgcwele ka-Israyeli, uMenzi wakhe, uthi: Ngibuzeni ngokuzayo ngamadodana ami, ningiyale ngomsebenzi wezandla zami.


Ungesabi wena sibungu Jakobe, nani madoda akwa-Israyeli! ngiyakusiza, usho uJehova, noMhlengi wakho, oNgcwele ka-Israyeli.


Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta esikhoxeni senyonga kaJakobe emsipheni oshwabeneyo.


Sheshani, nibalekele khona; ngoba mina ngingenze lutho uze ufike kukho. Ngalokho igama lomuzi lathiwa iZowari.


Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi.


UJakobe wasala yedwa; kwaba khona umuntu wabambana naye kwaze kwasa.


Wathi: “Ngiyeke ngihambe, ngokuba kuyasa.” Wathi: “Angiyikukuyeka ukuba uhambe, ungakangibusisi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite