Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 neMispa; ngoba wathi: INkosi iyalinda phakathi kwami lawe, nxa singekho omunye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 neMispa futhi, ngokuba wathi: “UJehova makalinde phakathi kwami nawe, lapho sesingasabonani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 ULabani wayibiza futhi ngokuthi yiMizpha, ngokuba wathi: “USimakade makalinde phakathi kwami nawe, lapho omunye engekho phambi komunye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:49
7 Referans Kwoze  

UMoya kaJehova wehlela phezu kukaJefta, wadabula kwaGileyadi noManase, wadabula eMispa kwaGileyadi, wadlula eMispa kwaGileyadi, waya kubantwana bakwa-Amoni.


Abantwana bakwa-Amoni babuthana, bamisa kwaGileyadi. Abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamisa eMispa.


Yizwani lokhu, nina bapristi! lalelani nina ndlu ka-Israyeli! lalelani nina ndlu yenkosi! ngoba ukwahlulela kuyeza phezu kwenu, ngoba benilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.


Inkosi u-Asa yayisikhala kwaJuda wonke; basusa amatshe eRama nezingodo zayo uBahesha akha ngakho; inkosi u-Asa yakha ngazo iGeba lakwaBenjamini neMispa.


UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi, abantu bammisa waba yinhloko nombusi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


Mayelana nendaba esakhuluma ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwami nawe kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite