Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:46 - Contemporary Zulu Bible 2024

46 UJakobe wayesethi kubafowabo: “Buthani amatshe; bathatha amatshe, benza inqwaba; badla khona phezu kwenqwaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Wathi uJakobe kubafowabo: “Buthani amatshe,” bathatha amatshe, benza inqwaba; base bedla khona phezu kwenqwaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

46 Wayesethi ezihlotsheni zakhe: “Qoqelani ndawonye amatshe;” bawaqoqa aba yinqwatshana base bedla lapho eduze kwaleyo nqwatshana yamatshe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:46
11 Referans Kwoze  

isikhathi sokulahla amatshe nesikhathi sokuqoqa amatshe; isikhathi sokugona, nesikhathi sokuyeka ukugona;


Bamthatha u-Abisalomu, bamphonsa emgodini omkhulu ehlathini, babeka phezu kwakhe inqwaba enkulu kakhulu yamatshe; wonke u-Israyeli wabaleka, kwaba yilowo nalowo waya etendeni lakhe.


Bamisa phezu kwakhe inqwaba enkulu yamatshe kuze kube namuhla. Kanjalo uJehova waphenduka ekuvutheni kwentukuthelo yakhe. Ngalokho igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi: IsiGodi sase-Agori kuze kube namuhla.


UJakobe wenza umhlatshelo entabeni, wabiza abafowabo ukuba badle isinkwa; badla isinkwa, bahlala entabeni ubusuku bonke.


Lapho usuhlolisisile zonke izinto zami, utholeni kuzo zonke izimpahla zendlu yakho? yibeke lapha phambi kwabafowethu nabafowenu, ukuze bahlulele phakathi kwethu sobabili.


Lowo othola kuye onkulunkulu bakho, ungamvumeli aphile. Ngoba uJakobe wayengazi ukuthi uRaheli wayezebile.


Wathatha abafowabo, bamxosha ibanga lezinsuku eziyisikhombisa; bamfica ezintabeni zakwaGileyadi.


UJakobe wathatha itshe, walimisa laba yinsika.


ULabani wayibiza ngokuthi iJegarisahadutha, kepha uJakobe wayibiza ngokuthi iGaledi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite