Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 URaheli wathatha izithombe, wazifaka empahleni wekamela, wahlala phezu kwazo. ULabani waphenya itende lonke, akalitholanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 URaheli wayezithathe izithixo, wazifaka esihlalweni sekamela, wahlala phezu kwazo. ULabani waphumputha etendeni lonke, kepha akazitholanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 URaheli wabathatha onkulunkulu bakayise, wabafaka esihlalweni sekameli, wahlala phezu kwaso. ULabani walipeketula lonke ithende, kodwa akabatholanga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:34
8 Referans Kwoze  

ULabani wahamba ukuyogunda izimvu zakhe, uRaheli weba izithombe zikayise.


UJakobe wasukuma, wakhwelisa amadodana akhe nabafazi bakhe emakameleni;


ULabani wangena etendeni likaJakobe, nasetendeni likaLeya nasematendeni ezincekukazi ezimbili; kodwa kabatholanga. Waphuma etendeni likaLeya, wangena etendeni likaRaheli.


Wathi kuyise: “Mayingathukutheli inkosi yami ukuthi ngingenakusukuma phambi kwakho; ngoba umkhuba wabesifazane uphezu kwami. Wacinga, kepha akazitholanga izithombe.


Ngokuba ukuhlubuka kufana nesono sokuthakatha, nenkani ingububi nokukhonza izithombe. Ngokuba ulilahlile izwi likaJehova, naye ukulahlile wena ukuba ungabi yinkosi.


Ngoba abantwana bakwa-Israyeli bayohlala izinsuku eziningi bengenankosi, bengenasikhulu, bengenamhlatshelo, bengenasithombe esibaziweyo, bengenasembatho sehlombe, bengenazithixo zasendlini.


Zonke izihlalo akhwela kuzo ocucuzayo ziyakuba ngezingcolile.


Wathi: “Nithathile onkulunkulu bami engabenzayo, nompristi, namuka; futhi yini enye enginayo? futhi uthini kimi: Uyini inkinga yakho?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite