Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJakobe wasukuma, wakhwelisa amadodana akhe nabafazi bakhe emakameleni;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UJakobe wayesesuka, wakhwelisa amadodana akhe nawomkakhe emakameleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 UJakobe walungiselela uhambo, abantwana bakhe, namakhosikazi akhe wabagibelisa emakamelini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:17
5 Referans Kwoze  

UDavide wababulala kusukela kusihlwa kwaze kwaba kusihlwa ngangomuso, akwaphunyuka muntu kubo, kuphela izinsizwa ezingamakhulu amane ezazigibele amakamela, zabaleka.


URebeka wasukuma nezintombi zakhe, bagibela amakamela, balandela indoda; inceku yamthatha uRebeka yahamba.


Inceku yathatha amakamela ayishumi emakameleni enkosi yayo yahamba; ngoba yonke impahla yenkosi yakhe yayisesandleni sakhe; wasuka, waya eMesopotamiya, emzini kaNahori.


Ngokuba yonke ingcebo uNkulunkulu ayithatha kubaba ingeyethu neyabantwana bethu; khona-ke yenza manje konke uNkulunkulu akutshele khona.


Wathatha zonke imfuyo yakhe nayo yonke impahla yakhe abeyizuzile, imfuyo abeyizuzile ayeyizuzile ePhadani Aramu ukuze aye kuyise u-Isaka ezweni laseKhanani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite