Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 NginguNkulunkulu waseBethele, lapho wagcoba khona itshe lesikhumbuzo, nalapho wenza isithembiso kimi; vuka manje, uphume kuleli zwe, ubuyele ezweni lokuzalwa kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 NginguNkulunkulu waseBethele, lapho wagcoba khona insika nalapho wenza isithembiso kimi; manje vuka, usuke kuleli zwe, ubuyele ezweni lokuzalwa kwakho.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 NginguNkulunkulu waseBhethele lapho wagcoba khona insika, wenza nesifungo kimi. Manje suka, uphume kuleli lizwe ubuyele ezweni owazalelwa kulo.’ ”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:13
7 Referans Kwoze  

UJehova wayesethi kuJakobe: “Buyela ezweni lawoyihlo nasezihlotsheni zakho; futhi ngizoba nawe.


Wayesethi uJakobe: “O Nkulunkulu kababa u-Abrahama noNkulunkulu kababa u-Isaka, uJehova owathi kimi: ‘Buyela ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, futhi ngizokwenza okuhle kuwe.


Wakha khona i-altare, wayiqamba indawo ngokuthi i-Elibeti-Eli, ngokuba uNkulunkulu wabonakala kuye lapho ebalekela umfowabo.


Ingelosi kaNkulunkulu yasikhuluma kimi ngephupho, yathi: “Jakobe; ngathi: Nangu mina.”


Base bephendula oRaheli noLeya, bathi kuye: “Sisenesabelo nefa endlini kababa na?”


UNkulunkulu wasesithi kuJakobe: Suka uye eBhetheli, uhlale khona, wakhe khona ialithare uNkulunkulu owabonakala kuwe ekubalekeleni umfowenu uEsawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite