Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 URaheli wayesethi: “UNkulunkulu wangihola, wezwa izwi lami, wangipha indodana; yingakho wambiza ngokuthi uDani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayesethi uRaheli: “UNkulunkulu ungahlulele, futhi wezwa izwi lami: wangipha indodana,” ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uDani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 URaheli wathi: “UNkulunkulu ungehlulele, futhi ulizwile izwi lokunxusa kwami, wangipha indodana.” Ngenxa yalokho wayiqamba igama wathi nguDani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:6
15 Referans Kwoze  

Jehova, ukubonile ukungalungi kwami; yahlulelani icala lami.


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


Ngahlulele, Jehova Nkulunkulu wami, ngokulunga kwakho; futhi kabangathokozi ngami.


Ngakho ngiyobahlakaza njengamabibi adlula umoya ogwadule.


Ngase ngathola ibhande njengezwi likaJehova ngalifaka okhalweni lwami.


NgoDani wathi: “UDani uyibhongo lengonyama; uyakuvela eBashani.


Amadodana kaDani: Hushim.


Amadodana kaBiliha, incekukazi kaRaheli; UDani noNafetali:


UBiliha wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana.


UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesibili.


Kubantwana bakwaDani ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;


Bayakuma entabeni yase-Ebali ukuba baqalekise; uRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite