Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kwathi njalo nxa inkomo ezilamandla zikhulelwa, uJakhobe wabeka amasila phambi kwenkomo emiseleni, ukuze zikhulele phakathi kwamabele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Kwathi lapho ibiyakumitha imihlambi eqinileyo, uJakobe wabeka izinti phambi kwamehlo emihlambi emiqengqeni ukuba imithe phakathi kwezinti.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Kwakuthi njalo uma eziqinileyo emhlanjini zikhwelana, uJakobe abeke izinduku phambi kwazo emikhombeni ukuze zikhwelwe zibheke kuzo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:41
3 Referans Kwoze  

Wazibeka izinti azihlubula phambi komhlambi emiseleni yokuphuzela, lapho umhlambi ufika ukuphuza, ukuze ukhulelwe lapho ufika ukuphuza.


UJakobe wawahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bomhlambi kwezinemishwe nakuzo zonke ezinsundu phakathi komhlambi kaLabani; futhi wahlukanisa umhlambi wakhe futhi akawubekelanga umhlambi kaLabani.


Kodwa lapho izinkomo sezibuthakathaka akazifakanga; zazinjalo ezibuthakathaka zikaLabani nezinamandla zikaJakobe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite