Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wamnika uBiliha incekukazi yakhe ukuba abe ngumfazi; uJakobe wangena naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wayesemupha uBiliha incekukazi yakhe, abe ngumkakhe; uJakobe wangena kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wamnika uBhiliha, isisebenzi sakhe saba yisancinza sakhe, uJakobe walala naye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:4
12 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakukuvusela okubi okuvela endlini yakho, ngithathe omkekho phambi kwamehlo akho, ngibanike umakhelwane wakho, alale nawomkekho phambi kwamehlo aleli langa.


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.


Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.


U-Abrahama wathatha omunye umfazi, ogama lakhe lalinguKetura.


Isancinza sakhe, igama laso lalinguReuma, sazala uTheba, noGahamu, noTahasi, noMaga.


Ngakho wathi ku-Abrahama: “Xosha lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngoba indodana yalesi sigqilakazi ngeke idle ifa kanye nendodana yami, u-Isaka.”


USarayi wathi ku-Abrama: “Bheka, uJehova ungivalile ukuba ngizale; Ngena encekukazini yami; mhlawumbe ngingathola abantwana naye. U-Abrama walilalela izwi likaSarayi.


UBiliha wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana.


ULabani wanika indodakazi yakhe uRaheli incekukazi yakhe uBiliha ukuba abe yincekukazi yakhe.


Lawa angamadodana kaBiliha uLabani amnika uRaheli indodakazi yakhe; wamzalela wona uJakobe; yonke imiphefumulo yayiyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite