UGenesise 30:38 - Contemporary Zulu Bible 202438 Wazibeka izinti azihlubula phambi komhlambi emiseleni yokuphuzela, lapho umhlambi ufika ukuphuza, ukuze ukhulelwe lapho ufika ukuphuza. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE38 Wazifaka izinti abezebulile emikhombeni nasemiqengqeni yamanzi phambi kwemihlambi, lapho imihlambi iza khona ukuphuza; yamitha ekufikeni kwayo ukuphuza. Gade chapit laIsiZulu 202038 Wazibeka lezo zinduku ezixetshuliweyo kuyo yonke imikhombe ezazizophuza kuyo ukuze zibe phambi kwezimbuzikazi ngesikhathi zifika ukuzophuza, ngokuba yilapho zazikhwelana khona. Gade chapit la |