Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngokuba incane onayo ngingakafiki, yandile, yaba yisixuku; futhi iNkosi ikubusisile kusukela ekufikeni kwami; manje nami ngiyakuyinakekela nini indlu yami na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngokuba kwakukuncane okwakho ngingakafiki; kepha kwandile, sekukuningi; uJehova ukubusisile ezinyathelweni zami; manje ngiyakuyisebenzela nini eyami indlu na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 ngokuba ngingakafiki wawunemfuyo encane, kodwa selokhu ngafika imfuyo yakho isiyande kakhulu, futhi uSimakade ukubusisile noma kuphi lapho bengiya ngakhona; kodwa manje ngizoyisebenzela nini mina indlu yami na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:30
7 Referans Kwoze  

Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.


Bhekani, sengilungele ukuza kini ngokwesithathu; njalo kangiyikuba ngumthwalo kini, ngoba kangifuni okwenu, kodwa lina;


Ngokuba izwe eningena kulo ukulidla alinjengezwe laseGibithe enaphuma kulo, lapho wahlwanyela khona imbewu yakho, wayinisela ngonyawo lwakho njengensimu yemifino.


Wathi kuye: “Uyazi wena ukuthi ngakukhonza kanjani nokuthi izinkomo zakho zazinjani kimi.”


Wathi: “Ngikupheni na?” Wayesethi uJakobe: “Awunakunginika lutho; uma uthanda ukungenzela, ngiyakubuye ngiluse, ngiluse umhlambi wakho;


Lowo muntu wanda kakhulu, waba nezinkomo eziningi, nezincekukazi, nezinceku, namakamela, nezimbongolo.


isikhathi sokuzuza nesikhathi sokulahlekelwa; isikhathi sokugcina nesikhathi sokulahla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite