Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wathi kubo: “Usaphilile na?” Base bethi: “Uyaphila; bheka, uRaheli indodakazi yakhe uyeza nezimvu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wathi kubo: “Usahlezi kahle na?” Bathi: “Uhlezi kahle. Nangu uRaheli indodakazi yakhe; uyeza nezimvu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Wayesethi kubo: “Ngabe usaphila yini na?” Bathi: “Yebo, usaphila. Nansi indodakazi yakhe uRaheli iza nezimvu.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:6
8 Referans Kwoze  

UJowabe wasesithi kuAmasa: Uyaphila, mfowethu? UJowabe wabamba u-Amasa ngentshebe ngesandla sokunene ukuze amange.


UDavida wasethuma amajaha alitshumi, uDavida wathi ezincekwini: Yenyukelani eKhameli, liye kuNabali, limkhonzele ebizweni lami.


UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo.


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Wababuza ukuphila kwabo, wathi: “Uyihlo, ixhegu enakhuluma ngalo, wenza kahle na? Usaphila?


Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.


Futhi wathi: Bheka, kusesemini, futhi akukabi yisikhathi sokuba kuqoqwe izinkomo; phuzisa izimvu, uziluse.


Umpristi wakwaMidiyani wayenamadodakazi ayisikhombisa; afika akha amanzi, agcwalisa izitsha zokuphuzisa umhlambi kayise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite