Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Manje umyeni wami usezakungilandela manje, ngokuba ngimzalele amadodana amathathu.” ngalokho igama lakhe lathiwa uLevi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Manje ngalesi sikhathi umyeni wami uyakunamathela kimi, ngokuba ngimzalele amadodana amathathu,” ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uLevi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Wakhulelwa futhi, wathola indodana, wayiqamba igama wathi nguLevi, ngokuba wathi: “Impela manje umyeni wami uzonamathela kimi, ngoba sengimzalele amadodana amathathu.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:34
11 Referans Kwoze  

Kwasekuphuma umuntu wendlu kaLevi, wathatha indodakazi kaLevi.


Amadodana kaLevi ngu uGereshoni, noKohati, noMerari.


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu.


U-Adamu wamazi umkakhe u-Eva; wakhulelwa, wazala uKayini, wathi: “Ngifumene indoda evela kuJehova.”


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile ilobolo elihle; manje umyeni wami useyakuhlala nami, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha; waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.


esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite