Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Ngokuba uJehova ezwile ukuthi ngiyazondwa, wanginika le ndodana; waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Lokhu uJehova ezwe ukuthi ngiyazondwa, ungiphile nalena futhi,” waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Wakhulelwa, wathola enye indodana, wayiqamba igama wathi nguSimeyoni, ngokuba wathi: “Kungoba uSimakade uzwile ukuthi ngiyisaliwakazi, wayesengipha nalena futhi indodana.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:33
12 Referans Kwoze  

Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu.


Wabafulathela, wakhala; wabuye wabuyela kubo, wakhuluma kubo, wamthatha uSimeyoni kubo, wambopha phambi kwamehlo abo.


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


UJakobe wayesethi kuSimeyoni noLevi: “Ningethusile, ngokungenza nginuke phakathi kwabakhileyo ezweni, phakathi kwamaKhanani namaPherizi; futhi ngimbalwa ngenani, bazongibuthanela futhi bangibulale; ngiyakuchithwa, mina nendlu yami.


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile ilobolo elihle; manje umyeni wami useyakuhlala nami, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha; waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo wami, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami; waqamba igama layo ngokuthi u-Isakare.


Wayesethi uRaheli: “Ngabambana nodadewethu ngokushikashikana okukhulu, ngamnqoba, waqamba igama layo ngokuthi uNafetali.”


URaheli wayesethi: “UNkulunkulu wangihola, wezwa izwi lami, wangipha indodana; yingakho wambiza ngokuthi uDani.


Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni: uSemuweli indodana ka-Amihudi.


Uma indoda inabafazi ababili, omunye ethandwa, omunye ezondwa, bayizalele abantwana, othandekayo nozondwayo; uma izibulo kuyileyo ezondwayo.


Eceleni komkhawulo wakwaBenjamini, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uSimeyoni uyakuba nesabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite