Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi sekuhlwile wathatha uLeya indodakazi yakhe, wamletha kuye; wasengena kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kepha kwathi kusihlwa wathatha uLeya indodakazi yakhe, wamyisa kuye; wangena kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kepha kusihlwa wathatha indodakazi yakhe uLeya wayiyisa kuJakobe; uJakobe walala nayo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:23
6 Referans Kwoze  

Ningathembi umngane, ningathembi umholi; mgcinele olala esifubeni sakho iminyango yomlomo wakho.


Wathi encekwini: “Ngubani le ndoda ehamba kithi endle na?” Yasisithi inceku: Le yinkosi yami; ngalokho wathatha iveli wazimboza.


ULabani wayesebizela ndawonye bonke abantu bakuleyo ndawo, walungisa idili.


ULabani wanika indodakazi yakhe uLeya, incekukazi yakhe uZilipa, ibe yisigqila.


Asibalwa njengabafokazi kuye na? ngokuba usithengisile, wadla nemali yethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite