Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 UJakobe wathanda uRaheli; wathi: Ngizakukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJakobe wamthanda uRaheli; wathi: “Ngizakukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UJakobe wamthanda uRaheli, wayesethi kuLabani: “Ngizokukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:18
11 Referans Kwoze  

UJakobe wabalekela ezweni lase-Aramu, u-Israyeli wakhonza owesifazane, walusa izimvu ngenxa yowesifazane.


Ungalokothi ungicele ilobolo nesipho esingaka, futhi ngizokunika njengokusho kwakho kimi; kodwa nginike intombi ibe ngumkami.


Ngakho ngazithengela yena ngamashekeli ayishumi nanhlanu esiliva nangehomere lebhali nengxenye yehomere lebhali.


UDavida wasethuma izithunywa kuIshiboshethi indodana kaSawuli ukuthi: Khulula umkami uMikhali engamgana ngamajwabu ayikhulu amaFilisti.


Ngibe neminyaka engamashumi amabili endlini yakho; Ngakukhonza iminyaka eyishumi nane ngenxa yamadodakazi akho amabili neminyaka eyisithupha ngenxa yezinkomo zakho; futhi uwuguqule iholo lami izikhathi eziyishumi.


Naye wangena noRaheli, wathanda uRaheli kunoLeya, wakhonza naye eminye iminyaka eyisikhombisa.


UJakobe wasebenzela uRaheli iminyaka eyisikhombisa; kwaba yizinsukwana nje emehlweni akhe ngenxa yothando ayenalo ngaye.


U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, waqamba igama lakhe ngokuthi uRebheka, waba ngumkakhe; wamthanda, u-Isaka waduduzeka emva kokufa kukanina.


Wathi uLabani: “Kuhle ukuba ngimnike wena kunokuba ngimnike enye indoda; Hlala Nami.


Nginike abafazi bami nabantwana bami engikukhonze ngenxa yabo, ngihambe, ngokuba uyayazi inkonzo yami engikwenzele yona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite