Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkulu lalinguLeya, igama lencinyane lalinguRaheli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ULabani wayenamadodakazi amabili; igama lenkulu lalinguLeya, igama lencane lalinguRaheli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkosazana kwakunguLeya, elikathunjana kunguRaheli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:16
10 Referans Kwoze  

Bonke abantu ababesesangweni namadoda amakhulu bathi: “Singofakazi.” UJehova makenze owesifazane ongene endlini yakho abe njengoRaheli nanjengoLeya abakha indlu yakwa-Israyeli bobabili; wenza kahle e-Efrati, waduma eBetlehema.


Bangcwatshwa khona o-Abrahama noSara umkakhe; bembela khona u-Isaka noRebheka umkakhe; ngammbela khona uLeya.


Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


UJakobe wathumela wabiza uRaheli noLeya endle emhlambini wakhe.


ULeya wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesithupha.


ULeya wayenamehlo athambileyo; kepha uRaheli wayemuhle, ebukeka kahle.


Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.


ULabani wathi kuJakobe: “Ngokuba ungumfowethu, ungikhonze ngeze na? ngitshele, uzakuba yini umvuzo wakho?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite