Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 ULabani esezwile umbiko kaJakobe indodana kadadewabo, wagijima ukumhlangabeza, wamgona, wamanga, wamngenisa endlini yakhe. Wamtshela uLabani zonke lezi zinto.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwathi uLabani esezwe indaba kaJakobe indodana kadadewabo, wagijima ukuyomhlangabeza, wamgona, wamanga, wamngenisa endlini yakhe; wayesetshela uLabani zonke lezi zinto.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Lapho uLabani ezwa udaba ngomshana wakhe uJakobe, wagijima wayomhlangabeza, wamgona, wamanga, wabuyela naye emzini wakhe. UJakobe wamlandisa uLabani zonke lezo zinto.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:13
12 Referans Kwoze  

URebeka wayenomnewabo ogama lakhe lalinguLabani; uLabani wagijima waya endodeni emthonjeni.


Bingelelanani ngokwanga okungcwele. Ayakhonza kini amabandla kaKristu.


Basebekhala kakhulu bonke, bawela entanyeni kaPawuli, bamanga;


Awunganganga, kepha lona wesifazane, selokhu ngingenile, akayekanga ukwanga izinyawo zami.


Bonke abantu bawela iJordani. Inkosi isifikile, inkosi yamanga uBarizilayi, yambusisa; wabuyela endaweni yakhe.


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


UJehova wathi ku-Aroni: “Hamba uyohlangabeza uMose ehlane. Wasuka wamhlangabeza entabeni kaNkulunkulu, wamanga.


Ngaphezu kwalokho, wabanga bonke abafowabo wakhala phezu kwabo; ngasemuva abafowabo bakhuluma kuye.


Hambani ngokuhlakanipha kwabangaphandle, nithengisise isikhathi.


Wathi: “Ngena, obusisiweyo yiNkosi; ume ngani ngaphandle? ngoba mina sengilungisile indlu lendawo yamakamela.


U-Esawu wagijima ukumhlangabeza, wamgona, wawa entanyeni yakhe, wamanga; basebekhala.


Indoda yangena endlini, yakhulula amakamela ayo, yanika amakamela utshani nefolishi namanzi ukuba ageze izinyawo zayo nezinyawo zamadoda ayenayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite