Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UJakobe wamanga uRaheli, wayesedazuluka ekhala kakhulu ngenxa yokujabula.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:11
10 Referans Kwoze  

U-Esawu wagijima ukumhlangabeza, wamgona, wawa entanyeni yakhe, wamanga; basebekhala.


Wakhala ngezwi elikhulu, abaseGibithe nendlu kaFaro bakuzwa.


UJosefa washesha; ngoba izibilini zakhe zinxanela umfowabo, wadinga lapho angakhala khona; wangena ekamelweni lakhe, wakhala khona.


Bingelelanani ngokwanga okungcwele. Ayakhonza kini amabandla kaKristu.


UJehova wathi ku-Aroni: “Hamba uyohlangabeza uMose ehlane. Wasuka wamhlangabeza entabeni kaNkulunkulu, wamanga.


ULabani esezwile umbiko kaJakobe indodana kadadewabo, wagijima ukumhlangabeza, wamgona, wamanga, wamngenisa endlini yakhe. Wamtshela uLabani zonke lezi zinto.


Uyise u-Isaka wayesethi kuye: “Sondela manje, ungange, ndodana yami.”


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani, umfowabo kanina, nezimvu zikaLabani umfowabo kanina, uJakobe wasondela, wagingqa itshe walisusa emlonyeni womthombo, wazivumela izimvu zikaLabani, umfowabo kanina. Nika amanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite