Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 28:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 ukuze ngibuyele endlini kababa ngokuthula; uJehova uyakuba nguNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ukuze ngibuyele endlini kababa ngokuthula, khona uJehova uyakuba nguNkulunkulu wami,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 ngize ngibuyele emzini kababa ngiphephile, impela uSimakade uzokuba nguNkulunkulu wami,

Gade chapit la Kopi




UGenesise 28:21
8 Referans Kwoze  

Khona-ke konke okuphuma eminyango yendlu yami kuyakungihlangabeza, lapho ngibuya ngokuthula ngivela kubantwana bakwa-Amoni, kungokukaJehova ngempela, futhi ngizokunikela njengomnikelo wokushiswa.


Umazisile namuhla uJehova ukuthi unguNkulunkulu wakho, uhambe ezindleleni zakhe, ugcine izimiso zakhe, nemiyalo yakhe, nezahlulelo zakhe, nokulalela izwi lakhe.


Kepha uMefibosheti, indodana kaSawule, wehla ukuhlangabeza inkosi, futhi akalungisanga izinyawo zakhe, nentshebe yakhe, futhi akazigezanga izingubo zakhe, kusukela osukwini inkosi eyamuka kwaze kwaba usuku eya ngalo ngokuthula.


Ngoba inceku yakho yenza isithembiso ngisahlezi eGeshuri eAramu, yathi: Uba i Nkosi ingibuyisela isibili eJerusalema, ngizayikhonza i Nkosi.


UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami; unguNkulunkulu wami, ngiyakumlungisela indawo yokuhlala; uNkulunkulu kababa, ngiyakumphakamisa.


Wayesethi uNahamani: “Inceku yakho ayiyikunikwa iminyuzi emibili yomhlaba na? ngoba inceku yakho ayisayikunikela umnikelo wokutshiswa lomhlatshelo kwabanye onkulunkulu ngaphandle kweNKOSI.


Kepha uMefibosheti wathi enkosini: “Yebo, makathathe konke, ngokuba inkosi yami, inkosi, ibuyele endlini yayo ngokuthula.”


UJabezi wakhuleka kuNkulunkulu ka-Israyeli, wathi: “O, uma ubufuna nokungibusisa, wandise umkhawulo wami, isandla sakho sibe nami, ungivikele ebubini, ngingadabuki! Futhi uNkulunkulu wamnika lokho akucelayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite