Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 28:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Awuyikuthatha umfazi kuwo amadodakazi aseKhanani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 U-Isaka wabiza uJakobe wambusisa wayesemyala, wathi kuye: “Ungalokothi uganwe ngenye yezintombi zamaKhanani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 28:1
20 Referans Kwoze  

Ngizakufungisa uJehova, uNkulunkulu wezulu, loNkulunkulu womhlaba, ukuthi kawuyikuthathela indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani engihlala phakathi kwawo.


URebeka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathele ukuphila kwami ngenxa yamadodakazi kaHeti;


Inkosi yami yangifungisa yathi: ‘Ungathatheli indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani engihlala ezweni lawo.


Amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle; bazithathela abafazi kubo bonke ababakhethayo.


Ingxenye yesizwe sakwaManase uMose wayinika izwe eBashani, kepha enye ingxenye yalo uJoshuwa wayinika phakathi kwabafowabo phesheya kweJordani ngasentshonalanga. Futhi lapho uJoshuwa wabamukisa ematendeni abo, wababusisa.


Lesi yisibusiso uMozisi, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakoIsrayeli engakafi.


Bonke laba bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; futhi yilokhu uyise akukhuluma kubo wababusisa; wababusisa kwaba yilowo nalowo ngokwesibusiso sakhe.


Wambusisa uJosefa, wathi: “UNkulunkulu abahamba phambi kwakhe obaba o-Abrahama no-Isaka, uNkulunkulu ongondlile konke ukuphila kwami kuze kube namuhla;


khona siyakuninika amadodakazi ethu, sizithathele amadodakazi enu, sihlale nani, sibe yisizwe sinye.


nendiselane nathi, nisinike amadodakazi enu, nizithathele amadodakazi ethu.


Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.


Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.


U-Esawu ebona ukuthi u-Isaka ubusise uJakobe, wamvumela ukuba aye ePhadani Aramu ukuba azithathele khona umfazi; esambusisa, wamyala wathi: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani;


UJuda wabona lapho indodakazi yomuntu waseKhanani ogama lakhe linguShuwa; wamthatha, wangena kuye.


Thathani abafazi, nizale amadodana namadodakazi; nithathele amadodana enu abafazi, ninike amadodakazi enu amadoda, azale amadodana namadodakazi; ukuze nande khona, ninganciphi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite