Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Manje yana emhlambini, ungithathele khona izinqama ezimbili ezinhle; ngizamenzela uyihlo ukudla okumnandi njengokuthanda kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yana emhlambini, ungithathele khona amazinyane amabili amahle ezimbuzi, ngilungisele uyihlo isilovela njengalokho akuthandayo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Hamba uye emhlanjini, ufike ungithathele amazinyane amabili ekhethelo, ukuze ngiphekele uyihlo isilovela esehla esiphundu, njengoba esithanda,

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:9
6 Referans Kwoze  

UManowa wayesethi engelosini kaJehova: “Asikubambe, size sikulungisele izinyane lembuzi.”


UJese wathatha imbongolo, ithweswe isinkwa, nesaka lewayini, nezinyane lembuzi, wakuthuma kuSawule ngoDavide indodana yakhe.


Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.


Manje-ke, ndodana yami, lalela izwi lami njengalokho engikuyala ngakho.


Kumelwe ukuyise kuyihlo, ukuze adle, futhi ukuze akubusise ngaphambi kokuba afe.


Wayithatha, wayiyisa kunina; unina wenza inyama emnandi njengokuthandwa kukayise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite