Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 ize isuke kuwe intukuthelo yomfowenu, akhohlwe okwenze kuye;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 kusuke kuwe ukuthukuthela komnewenu, akhohlwe lokho okwenze kuye, bese ngithuma ngikulande khona; ngizakwaphucwa ngani nina nobabili ngalusuku lunye na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Aze umnewenu axole, akhohlwe, ngiyobe sengikuthumelela ukuba ubuye lapho. Kungani ngizolahlekelwa yini nobabili ngalusuku lunye na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:45
10 Referans Kwoze  

Abezizwe sebebona isilo esinesihlungu silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Ngokuqinisekile lo muntu ungumbulali, okuthi noma esindile olwandle ukuphindisela akuvumi ukuba aphile.


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Wathi: “Umfowenu ufike ngobuqili, wathatha isibusiso sakho.”


Mhlawumbe ubaba uyakungiphatha, ngibonakale kuye njengomkhohlisi; ngiyakuletha phezu kwami isiqalekiso, kungabi yisibusiso.


UJakobe wayesethi kuyise: “Ngingu-Esawu izibulo lakho; Ngenza njengokungiyala kwakho: Vuka, uhlale phansi, udle inyamazane yami, ukuze umphefumulo wakho ungibusise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite