Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Uyise u-Isaka waphendula, wathi kuye: “Bheka, indawo yakho yokuhlala iyakuba ngamanoni omhlaba namazolo ezulu phezulu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 U-Isaka uyise waphendula, wathi kuye: “Bheka, umuzi wakho uyakuba kude namanoni omhlaba namazolo ezulu avela phezulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Uyise wayesethi kuye: “Uyohlala endaweni ekude nezwe elivundileyo, lapho kungekho mazolo avela phezulu ezulwini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:39
8 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uNkulunkulu ukunika amazolo ezulu namafutha omhlaba kanye nenala kakolweni newayini.


Ngokukholwa u-Isaka wabusisa oJakobe no-Esawu ngezinto ezizayo.


Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.


Wayesethi u-Esawu: “Nginokuningi, mfowethu; gcina lokho onakho kuwe.


NgoJosefa wathi: “Libusiswe nguJehova izwe lakhe phezu kwezinto eziyigugu zezulu, naphezu kwamazolo naphezu kukazamcolo wamanzi alele phansi;


U-Israyeli uyakuhlala eyedwa elondekile; umthombo kaJakobe uyakuba sezweni likakolweni nelewayini; nezulu lakhe liyakuwisa amazolo.


Wasondela, wamanga, wezwa iphunga lezingubo zakhe, wambusisa, wathi: “Bheka, iphunga lendodana yami linjengephunga lensimu eyibusisile uJehova.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite