Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 U-Isaka wayesethuthumela kakhulu, wathi: “Ngubani na?” uphi owabamba inyamazane, wayiletha kimi, ngadla kukho konke ungakafiki, ngambusisa na? yebo, futhi uyobusiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 U-Isaka wayesethuthumela nokuthuthumela kakhulu impela, wathi: “Ngubani, pho, othathe inyamazane, wayiletha kimi, ngayidla yonke ungakafiki, ngambusisa, na? Yena uyakuba ngobusisiweyo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 U-Isaka wethuka wagedezela, wathi: “Ngubani kanti lona ozingele inyamazane wayiletha kimi, ngayidla ungakafiki, ngambusisa na? Yebo, uyohlala engobusisekileyo impela.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:33
14 Referans Kwoze  

Ngokuba izipho nokubiza kukaNkulunkulu akukhona ukuphenduka.


Ngokukholwa u-Isaka wabusisa oJakobe no-Esawu ngezinto ezizayo.


Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ngezibusiso zonke zomoya ezulwini kuKristu.


Isela alizi kodwa ukweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime.


Ukwesaba nokuthuthumela kwangehlela, nokukhathazeka kwangehlela.


Nalokhu inhliziyo yami iyathuthumela, isuka endaweni yayo.


Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami.


UJehova wayesethi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; esinye isizwe siyakuba namandla kunesinye isizwe; futhi omkhulu kumelwe akhonze omncane.


Wathi: “Umfowenu ufike ngobuqili, wathatha isibusiso sakho.”


U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani.”


Bheka, ngamukele umyalo wokuba ngibusise, futhi wabusisa; futhi angikwazi ukukuhlehlisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite