Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 URebeka wayesethatha izingubo ezinhle ku-Esawu indodana yakhe enkulu, owayenaye endlini, wamembathisa uJakobe indodana yakhe encane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 URebeka wayesethatha izingubo ezinhle zika-Esawu indodana yakhe enkulu ezazikuye endlini, wamembathisa zona uJakobe indodana yakhe encane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 URibheka wathatha izingubo zakwanokusho zika-Esawu indodana yakhe endala, ayezibeke endlini yakhe, wazigqokisa uJakobe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:15
5 Referans Kwoze  

Wasondela, wamanga, wezwa iphunga lezingubo zakhe, wambusisa, wathi: “Bheka, iphunga lendodana yami linjengephunga lensimu eyibusisile uJehova.”


Xwayani ababhali, abathanda ukuhamba bembethe izingubo ezinde, nokubingelelwa ezigcawini, nezihlalo eziphakeme emasinagogeni, nezihlalo eziphambili ekudleni;


Kodwa uyise wathi ezincekwini zakhe: Khuphani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke, niyembathise; wafaka indandatho esandleni sakhe, nezicathulo ezinyaweni zakhe;


Wayithatha, wayiyisa kunina; unina wenza inyama emnandi njengokuthandwa kukayise.


Wabeka izikhumba zezinqama ezandleni zakhe nasentanyeni yakhe ebushelelezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite