Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wayithatha, wayiyisa kunina; unina wenza inyama emnandi njengokuthandwa kukayise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wayesehamba-ke, wawathatha, wawayisa kunina; unina walungisa isilovela njengalokho akuthandayo uyise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Wahamba wawalanda amazinyane, wawaletha kunina, unina wawapheka wenzela uyise isilovela esehla esiphundu, ayesikhonzile.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:14
11 Referans Kwoze  

Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.


Ungayithambekisi inhliziyo yami kunoma yikuphi okubi, ukwenza izenzo ezimbi nabantu abenza okubi; futhi ungangivumeli ngidle izibiliboco zabo.


Naye wenza ukudla okumnandi, wakusa kuyise, wathi kuyise: “Ubaba makavuke adle inyamazane yendodana yakhe, ukuze umphefumulo wakho ungibusise.”


Wanika uJakobe indodana yakhe inyama emnandi nesinkwa ayesilungisile.


Manje yana emhlambini, ungithathele khona izinqama ezimbili ezinhle; ngizamenzela uyihlo ukudla okumnandi njengokuthanda kwakhe.


Ngilethele inyamazane, ungenzele isiphundu, ukuze ngidle, ngikubusise phambi kukaJehova ngingakafi.


Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.


U-Isaka wathanda u-Esawu, ngokuba wayedla inyamazane yakhe, kepha uRebeka wathanda uJakobe.


Unina wayesethi kuye: “Mayela kimi isiqalekiso sakho, ndodana yami; vele ulalele izwi lami uhambe ungithathele wona.


URebeka wayesethatha izingubo ezinhle ku-Esawu indodana yakhe enkulu, owayenaye endlini, wamembathisa uJakobe indodana yakhe encane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite