Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Unina wayesethi kuye: “Mayela kimi isiqalekiso sakho, ndodana yami; vele ulalele izwi lami uhambe ungithathele wona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Unina wayesethi kuye: “Isiqalekiso sakho, ndodana yami, masibe phezu kwami; lalela izwi lami, uhambe ukungithathela wona.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Unina wathi kuye: “Isiqalekiso esibhekiswe kuwe masehlele kimi mntanami. Wena lalela engikushoyo, ungilandele amazinyane lawo.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:13
12 Referans Kwoze  

Base bephendula abantu bonke, bathi: Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.


UmkaThekhowa wasesithi enkosini: Nkosi yami, nkosi, ububi buphezu kwami laphezu kwendlu kababa, lenkosi lesihlalo sayo sobukhosi kakulacala.


Wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi: “Lobu bubi mabufike phezu kwami, nkosi yami, incekukazi yakho mayikhulume phambi kwezilaleli zakho, uzwe amazwi encekukazi yakho.”


Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.


Manje-ke, ndodana yami, lalela izwi lami njengalokho engikuyala ngakho.


Wayesethi uJakobe: “Funga kimi namuhla; wafunga kuye, wathengisa ngobuzibulo bakhe kuJakobe.


UJehova wayesethi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; esinye isizwe siyakuba namandla kunesinye isizwe; futhi omkhulu kumelwe akhonze omncane.


Wayithatha, wayiyisa kunina; unina wenza inyama emnandi njengokuthandwa kukayise.


Manje, ndodana yami, lalela izwi lami; futhi wasukuma, wabalekela kuLabani umfowethu eHarana;


Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengumluleki wakhe ukwenza okubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite