Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Mhlawumbe ubaba uyakungiphatha, ngibonakale kuye njengomkhohlisi; ngiyakuletha phezu kwami isiqalekiso, kungabi yisibusiso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Mhlawumbe ubaba uyakungiphatha, ngibe ngokhohlisayo emehlweni akhe, ngizilethele isiqalekiso, kungabi yisibusiso.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Mhlawumbe ubaba angase angiphathe ngesandla, bese kuba sengathi ngimenza isilima, ngizilethele isiqalekiso esikhundleni sesibusiso.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:12
11 Referans Kwoze  

Uqalekisiwe owenza izimpumputhe ziduke endleleni. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Ekuhlonitshweni nasekuhlazweni, ngemibiko emibi negama elihle, njengabakhohlisi, nokho abaqinisileyo;


Kepha makaqalekiswe umkhohlisi oneduna emhlambini wakhe, enze isithembiso, anikele ngokonakala kuJehova; ngokuba mina ngiyinkosi enkulu,” usho uJehova Sebawoti, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe.


Kuye kukhona amandla nokuhlakanipha: okhohlisiwe nomkhohlisi ungowakhe.


Wathi: “Akabizwanga ngokuthi uJakobe na?” ngoba ungikhohlisile kabili: wathatha ubuzibulo bami; bheka, manje usethathile isibusiso sami. Wathi: “Awungigcinelanga isibusiso na?”


Abafana bakhula, u-Esawu waba yiphisi, indoda yasendle; uJakobe wayeyindoda engenalwazi ehlala ematendeni.


Uqalekisiwe owenza umsebenzi kaJehova ngenkohliso, futhi uqalekisiwe ogodla inkemba yakhe egazini.


Wathi: “Makaqalekiswe uKhanani; kufanele abe yisigqila sezinceku kubafowabo.


ize isuke kuwe intukuthelo yomfowenu, akhohlwe okwenze kuye;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite