Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 26:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 U-Isaka wathi kubo: “Nizelani kimi, lokhu ningizonda, ningixoshile kini na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 U-Isaka wathi kubo: “Nizeleni kimi, lokhu niyangizonda, ningixoshile kini, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 U-Isaka wathi kubo: “Nizofunani lapha kimi, ngoba nina niyangizonda, naze nangidingisa na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 26:27
9 Referans Kwoze  

U-Abimeleki wayesethi ku-Isaka: “Suka kithi; ngoba wena ulamandla kakhulu kulathi.


UJefta wathi kumalunga akwaGileyadi: “Aningizondanga na, nangixosha endlini kababa na? futhi kungani niza Kimi manje nisenkingeni?


Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni likaSathane, abathi bangamaJuda, bengesiwo, kodwa beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


UMose lo abamalayo, bethi: “Ubekwe ngubani umbusi nomahluleli na? yena uNkulunkulu wamthuma ukuba abe ngumbusi nomkhululi ngesandla sengelosi eyabonakala kuye esihlahleni.


Kepha lowo owayemonile umakhelwane wakhe wamsunduza, wathi: ‘Ubekwe ngubani umbusi nomahluleli phezu kwethu na?


UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu.


Okhokho baba lomhawu ngoJosefa, bathengisa ngoJosefa eGibhithe, kodwa uNkulunkulu wayelaye.


Ngokuba wayenezimvu nezinkomo, nezinceku eziningi, amaFilisti aba nomona ngaye.


Base bethi: “Sibonile nokubona ukuthi uJehova unawe; sathi: ‘Makube khona isifungo phakathi kwethu, phakathi kwethu nawe, senze isivumelwano nawe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite