Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 26:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wasesuka lapho waya eBherisheba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wasuka lapho, wakhuphuka waya eBeri Sheba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Wasuka lapho wakhuphukela eBheri Sheba.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 26:23
7 Referans Kwoze  

Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


U-Israyeli wasuka nakho konke anakho, wafika eBeri Sheba, wanikela imihlatshelo kuNkulunkulu kayise u-Isaka.


Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.


U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wathatha isinkwa nojeke wamanzi, wakunika uHagari, wakubeka ehlombe lakhe nomntwana omncane, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane. eBherisheba.


U-Abrahama wabuyela ezincekwini zakhe, zasuka, zaya kanyekanye eBeri Sheba; u-Abrahama wahlala eBeri Sheba.


UJakobe wasuka eBherisheba waya eHarana.


Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningaweli eBeri Sheba; ngoba iGiligali lizakuya ekuthunjweni, leBhetheli lizabhubha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite