Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 26:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UJehova wabonakala kuye, wathi: “Ungehleli eGibithe; hlala ezweni engizokutshela ngalo:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UJehova wabonakala kuye, wathi: “Ungehleli eGibithe; hlala ezweni engizakukutshela lona,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 USimakade wabonakala ku-Isaka, wathi: “Ungehleli eGibhithe. Hlala kuleli lizwe engizokukhombisa lona.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 26:2
11 Referans Kwoze  

UJehova wabonakala ku-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyakulinika inzalo yakho; wamakhela khona i-altare uJehova owabonakala kuye.


INkosi yabonakala kuye emathafeni aseMamre, yahlala ngasemnyango wetende ekushiseni kwemini;


U-Abrama eseneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami futhi uphelele.


UJehova wathi ku-Abrama: “Suka ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


UNkulunkulu wathi: Impela umkakho uSara uzakukuzalela indodana; uyakuqamba igama layo ngokuthi u-Isaka, ngimise isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.


UJehova wabonakala kuye ngalobo busuku, wathi: “NginguNkulunkulu kayihlo u-Abrahama; ungesabi, ngokuba nginawe, ngikubusise, ngandise inzalo yakho ngenxa ka-Abrahama inceku yami.


UNkulunkulu wezwa ukububula kwabo, uNkulunkulu wakhumbula isivumelwano sakhe no-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.


Ngiyakukhumbula isivumelwano sami noJakobe, nesivumelwano sami no-Isaka, nesivumelwano sami no-Abrahama; futhi ngizocabanga ngezwe.


Ngubani lo owesaba uJehova? uzamfundisa ngendlela azayikhetha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite