Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo, iminyaka eyikhulu namashumi ayisithupha nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo: iminyaka eyikhulu namashumi ayisikhombisa nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Isiyonke iminyaka eyaphilwa ngu-Abhrahama yayiyi-175.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:7
6 Referans Kwoze  

U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.


UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; oyise ezinsukwini zokuhambela kwabo.


Izinsuku zika-Isaka zaziyiminyaka eyikhulu namashumi ayisishiyagalombili.


U-Isaka wafa, wabuthelwa kubantu bakubo, esemdala, eseneminyaka eminingi; amadodana akhe o-Esawu noJakobe bammbela.


UJakobe wahlala iminyaka eyishumi nesikhombisa ezweni laseGibithe; Iyonke iminyaka kaJakobe yaba yiminyaka eyikhulu namashumi amane nesikhombisa.


UJosefa wafa, eneminyaka eyikhulu neshumi; bamgqumisa ngemithi, wafakwa ebhokisini eGibithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite