Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 UJakobe wenza inhlanyelo, wafika u-Esawu evela endle, ediniwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kwathi uJakobe wapheka ukudla, kwafika u-Esawu evela endle, ediniwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Langa limbe uJakobe epheke isilovela samalentili, kwafika u-Esawu evela endle, eyetha yindlala.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:29
10 Referans Kwoze  

Olungileyo udla aze asuthe umphefumulo wakhe, kodwa isisu sababi siyaswela.


Yaphendula enye yamadoda, yathi: “Uyihlo ubaxwayisile kakhulu abantu, wathi: ‘Uqalekisiwe umuntu odla utho namuhla. Abantu baphela amandla.


Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.


U-Esawu wayesethi kuJakobe: “Ake ngizwe lokho okunathwayo okubomvu; Ngalokho igama lakhe lathiwa u-Edomi.


UJakobe wamnika u-Esawu isinkwa nepani likadali; wadla waphuza wasukuma wahamba. Wadelela-ke u-Esawu ubuzibulo bakhe.


U-Elisha wabuye wafika eGiligali, kwakukhona indlala ezweni; amadodana abaprofethi ayehlezi phambi kwakhe;


Omunye waphuma waya endle ukuyokha imifino, wathola umvini wasendle, wakha kuwo ithanga lakhe, wafika wawugawula ebhodweni, ngokuba babengazi.


Uma umuntu ephethe inyama engcwele esiqeshini sengubo yakhe, athinte isinkwa noma okuphuzwayo noma iwayini noma amafutha nanoma iyiphi enye inyama, ingabe kufanele kube ngcwele? Abapristi baphendula bathi: Hatshi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite