Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Waphuma owokuqala ebomvu, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Waphuma owokuqala, ebomvana wonke umzimba, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:25
10 Referans Kwoze  

UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, u-Esawu umfowethu uyindoda enoboya, mina ngiyindoda ebushelelezi.”


Akamehlukanisanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; ngalokho wambusisa.


Wabeka izikhumba zezinqama ezandleni zakhe nasentanyeni yakhe ebushelelezi.


Kwathi seziphelele izinsuku zakhe zokubeletha, kwakukhona amawele esizalweni sakhe.


Kwathi u-Isaka esemdala, namehlo akhe esequndekile, engasaboni, wabiza u-Esawu izibulo, wathi kuye: “Ndodana yami,” wathi kuye: “Bheka, ngilapha.”


Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.


U-Abrahama wazala u-Isaka; Amadodana ka-Isaka; u-Esawu no-Israyeli.


UMose wayesethuma izithunywa enkosini yakwa-Edomi zisuka eKadeshi, zithi: ‘Usho kanje umfowenu, u-Israyeli, uthi: Wena uyakwazi konke ukuhlupheka okusehlele.


Abantwana abazelwe yibo bayakungena ebandleni likaJehova esizukulwaneni sabo sesithathu.


Nginithandile,” usho uJehova. Kodwa wena uthi: Usithande ngayiphi indlela? U-Esawu wayengeyena yini umfowabo kaJakobe? usho uJehova, kepha ngamthanda uJakobe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite