Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi seziphelele izinsuku zakhe zokubeletha, kwakukhona amawele esizalweni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kwathi seziphelele izinsuku zakhe zokubeletha, bheka, kwakukhona amawele esiswini sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Kwathi sesifikile isikhathi sokubeletha, wazibula ngamawele.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:24
7 Referans Kwoze  

UJehova wayesethi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; esinye isizwe siyakuba namandla kunesinye isizwe; futhi omkhulu kumelwe akhonze omncane.


Waphuma owokuqala ebomvu, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.


Kwathi ngesikhathi sokubeletha kwakhe, bheka, kwakukhona amawele esizalweni sakhe.


Awuyikunengwa umEdomi; ngoba ungumfowenu; ungamzondi umGibhithe; ngoba wawungowemzini elizweni lakhe.


Lezi ziyizizukulwane zika-Esawu, lo ngu-Edomi.


Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.


U-Abrahama wazala u-Isaka; Amadodana ka-Isaka; u-Esawu no-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite