Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lawa angamagama amadodana ka-Ishmayeli ngamagama awo ngemindeni yawo: izibulo lika-Ishmayeli nguNebhayoti; iKedari, i-Adibheli neMibisamu,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Lawa angamagama amadodana ka-Ishmayeli ngamagama awo nangokuzalwa kwawo: izibulo lika-Ishmayeli nguNebayoti, kanye noKedari, no-Adibeli, noMibisamu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Lawa ngamagama amadodana ka-Ishmayeli ngokwelamana kwawo: izibulo kwakunguNebhayothi, kulandele uKheda, u-Adibhiyeli, uMibhisamu,

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:13
14 Referans Kwoze  

Yonke imihlambi yaseKedari iyakubuthelwa kuwe, izinqama zaseNebayoti zikukhonze; bayokwenyukela e-altare lami ngokujabula, futhi ngizokhazimulisa indlu yenkazimulo yami.


Ihlane nemizi yalo makuliphakamise izwi lako, imizi lapho iKedari ihlezi; abakhileyo edwaleni mabahube, bajabule esiqongweni sezintaba.


Ngimnyama, kepha ngimuhle, madodakazi aseJerusalema, njengamatende akwaKedari, njengezilenge zikaSolomoni.


Maye kimina, ngokuba ngigogobele kwaMesheki, ngihlala ematendeni akwaKedari!


noBasemati indodakazi ka-Ishmayeli, udadewabo kaNebhayoti.


uMishma, uDuma noMasa,


UGideyoni wasesithi kubo: Ngizacela isicelo kini ukuthi linginike, ngulowo lalowo ecicini lempango yakhe. (Ngokuba babenamacici egolide, ngokuba babengama-Ishmayeli.)


Mayelana neKedari nangemibuso yaseHasori uNebukadinesari inkosi yaseBabele ayakuyinqoba, usho kanje uJehova, uthi: “Suka ukhuphukele eKedari, uphange abantu basempumalanga.


Ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile: Bheka, ngimbusisile futhi ngizomenza azale futhi ngimandise kakhulukazi; uyakuzala izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.


U-Esawu waya ku-Ishmayeli wathatha uMahalati indodakazi ka-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, udadewabo kaNebayoti, abe ngumkakhe, abe ngumkakhe.


Ngokuba dabulani eziqhingini zaseKitimi, nibone; nithumele eKedari, nilalelisise, nibone ukuthi ikhona yini into enjalo;


I-Arabiya nazo zonke izikhulu zaseKedari zasebenza kuwe ngamawundlu, nezinqama, nezimbuzi; ngokuba babengabahwebi bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite