Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:67 - Contemporary Zulu Bible 2024

67 U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, waqamba igama lakhe ngokuthi uRebheka, waba ngumkakhe; wamthanda, u-Isaka waduduzeka emva kokufa kukanina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

67 U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, wamthatha uRebeka, wabangumkakhe; wamthanda; u-Isaka wayeseduduzeka emva kokufa kukanina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

67 U-Isaka wamngenisa uRibheka ethendeni likanina uSara. Wamthatha uRibheka waba ngumkakhe, wamthanda, waduduzeka selokhu kwabhubha unina.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:67
16 Referans Kwoze  

Kwathi ngokuhamba kwesikhathi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; uJuda eseduduzekile wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, yena nomngane wakhe uHira wase-Adulamu.


Onke amadodana akhe nawo onke amadodakazi akhe asuka ukumduduza; kepha wala ukududuzwa; wathi: “Ngokuba ngiyakwehlela endaweni yabafileyo ngilila indodana yami.” Ngakho uyise wamkhalela.


Ngokuba lokhu sikusho kini ngezwi leNkosi ukuthi thina esisekhona esisasele ekufikeni kweNkosi asiyikubandulela abaleleyo.


Kepha angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenathemba.


Bengiyakukuhola, ngikungenise endlini kamame, abeyakungifundisa; bengiyakunathisa izinongo zompomegranati wami.


UJakobe wathanda uRaheli; wathi: Ngizakukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.


U-Isaka wayeneminyaka engamashumi amane mhla emthatha uRebeka indodakazi kaBetuweli umAramu wasePhadani Aramu, udadewabo kaLabani umAramu, abe ngumkakhe.


U-Abrahama washesha waya kuSara etendeni, wathi: “Sheshisa ulungise amaseya amathathu empuphu ecolekileyo, uyixove, wenze amaqebelengwane eziko.


Inceku yayisimtshela u-Isaka konke ebikwenzile.


U-Abrahama wathatha omunye umfazi, ogama lakhe lalinguKetura.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite