Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:59 - Contemporary Zulu Bible 2024

59 Base bemukisa udadewabo uRebeka, nomzanyana wakhe, nenceku ka-Abrahama, namadoda ayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Base bemukisa udadewabo uRebeka, nomzanyana wakhe, nenceku ka-Abrahama, namadoda ayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

59 Ngakho-ke bamvumela udadewabo uRibheka, nempelesi yakhe, bahamba nenceku ka-Abhrahama, nabantu bayo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:59
8 Referans Kwoze  

Kepha uDebora umzanyana kaRebeka wafa, wembelwa phansi kweBethele phansi kwe-oki, igama lalo labizwa ngokuthi i-Alonibhakuti.


Ngokuba asizange sibe namazwi athophayo, njengokuba nazi, noma sifihle ukuhaha; UNkulunkulu ungufakazi:


Ngabe ngibamukele bonke laba bantu? Ngabe ngabazala, ukuze uthi kimi: Bathwale esifubeni sakho, njengomondli ethwala umntwana, ubayise ezweni owalithembisa oyise ngesifungo na?


Basebembusisa uRebeka, bathi kuye: Wena ungudadewethu, ube ngunina wezinkulungwane zezigidi, inzalo yakho idle ilifa lesango lalabo abayizondayo.


Inceku yayisikhipha izinto zesiliva nezegolide, nezingubo, yazinika uRebeka; wabanika umnewabo nonina izinto eziyigugu.


Base bephendula oLabani noBetuweli, bathi: “Indaba ivela kuJehova; asinakukhuluma okubi noma okuhle kuwe.


Badla, banatha, yena namadoda ayenaye, bahlala ubusuku bonke; basebeqeda ekuseni bathi: Ngiyekeleni ngiye enkosini yami.


Basebembiza uRebeka, bathi kuye: Uyathanda yini ukuhamba lalumuntu? Wathi: “Ngiyakuhamba.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite