Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:56 - Contemporary Zulu Bible 2024

56 Wathi kubo: “Ningangithiyi, lokhu uJehova eyiphumelelisile indlela yami; ngimukise ukuze ngiye enkosini yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Yathi kubo: “Ningangilibazisi, njengokuba uJehova eyiphumelelisile indlela yami; ngimukiseni ukuba ngiye enkosini yami.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

56 Yathi kubo: “Ningangibambezeli, njengoba uSimakade eluphumelelisile uhambo lwami, ngivumeleni ngihambe ngiphindele enkosini yami.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:56
8 Referans Kwoze  

Mina, yebo, ngikhulumile; yebo, ngimbizile; Ngimlethile, futhi uyophumelela indlela yakhe.


Njengamanzi abandayo emphefumulweni owomileyo, zinjalo izindaba ezinhle ezivela ezweni elikude.


Le ncwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho; kodwa wozindla ngayo imini nobusuku, ukuze wenze ngokucophelela njengakho konke okulotshwe kuyo;


Yathi kimi: ‘UJehova engihamba phambi kwakhe uyakuthuma ingelosi yakhe nawe, aphumelelise indlela yakho; futhi kumelwe uyithathele indodana yami umfazi emndenini wakithi nasendlini kababa.


Badla, banatha, yena namadoda ayenaye, bahlala ubusuku bonke; basebeqeda ekuseni bathi: Ngiyekeleni ngiye enkosini yami.


Bathi: “Sizoyibiza intombazane, siyibuze emlonyeni wayo.”


Kwathi uJosefa esezelwe, uJakobe wathi kuLabani: “Ngimukise ukuba ngiye endaweni yami yokuhlala nasezweni lakithi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite