Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:55 - Contemporary Zulu Bible 2024

55 Base bethi umnewabo nonina: “Vumela intombazane ihlale nathi izinsuku okungenani eziyishumi; emva kwalokho uzohamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

55 Umnewabo nonina bathi: “Ake ihlale kithina intombazana izinsukwana, mhlawumbe eziyishumi, andukuba ihambe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

55 Umnewabo nonina bathi: “Ake uyivumele intombazane ihlale nathi okwesikhashana, okungenani izinsuku eziyishumi, bese niyahamba.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:55
5 Referans Kwoze  

Kwathi emva kwesikhashana wabuya ukuyomthatha, waphenduka ukuze abone isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona uswebezane lwezinyosi noju emzimbeni wengonyama.


Uma umuntu ethengisa ngendlu yokuhlala emzini onogange, uyakuyithenga ungakapheli umnyaka esethengisiwe ngayo; ungakapheli umnyaka opheleleyo angayikhulula.


Kwathi ngokuhamba kwesikhathi uKayini waletha umnikelo eNkosini evela ezithelweni zomhlabathi.


Uyisezala, uyise wentombazana, wamgcina; wahlala naye izinsuku ezintathu; badla, baphuza, balala khona.


Wathi kubo: “Ningangithiyi, lokhu uJehova eyiphumelelisile indlela yami; ngimukise ukuze ngiye enkosini yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite