Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Bheka, uRebeka uphambi kwakho, mthathe, uhambe, abe ngumkandodana yenkosi yakho, njengalokho uJehova ekhulumile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Bheka, uRebeka usebusweni bakho; mthathe, uhambe, abe ngumkandodana yenkosi yakho, njengalokho wakhuluma uJehova.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Bheka, nangu uRibheka phambi kwakho. Mthathe uhambe naye, abe ngumfazi wendodana yenkosi yakho, njengoba ekhulumile uSimakade.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:51
6 Referans Kwoze  

Inkosi yasisithi: Ngilani lani, madodana kaZeruya? makaqalekise, ngokuba uJehova wathi kuye: “Thuka uDavide; Ubani-ke ozothi: Kungani wenze lokhu?


Engakaqedi ukukhuluma, kwaphuma uRebeka owazalelwa uBetuweli indodana kaMilka umkaNahori umfowabo ka-Abrahama, enembiza yakhe ehlombe lakhe.


Wayesethi u-Abimeleki: “Bheka, izwe lami liphambi kwakho; hlala lapho uthanda khona.


Base bephendula oLabani noBetuweli, bathi: “Indaba ivela kuJehova; asinakukhuluma okubi noma okuhle kuwe.


Kwathi inceku ka-Abrahama isizwile amazwi abo, yakhuleka kuJehova, yakhothamela emhlabathini.


Thathani abafazi, nizale amadodana namadodakazi; nithathele amadodana enu abafazi, ninike amadodakazi enu amadoda, azale amadodana namadodakazi; ukuze nande khona, ninganciphi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite