Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inceku yasisithi kuye: Mhlawumbe owesifazana angethandi ukungilandela ukuya kulelilizwe; ngibuyise indodana yakho ezweni owaphuma kulo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inceku yathi kuyo: “Mhlawumbe owesifazane akayikuvuma ukungilandela, eze kuleli zwe; imbala ngiyakuyibuyisela indodana yakho ezweni, lapho wavela khona na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Inceku yathi kuye: “Mhlawumbe lowo wesifazane angathandi ukubuya nami eze lapha kuleli lizwe. Uma kunjalo-ke, indodana yakho ngiyithathe yini ngiyiyise ezweni owavela kulo na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:5
8 Referans Kwoze  

Uzafunga uthi: Kuphila kukaJehova ngeqiniso, ngokulunga langokulunga; izizwe ziyakuzibusisa kuye, zizidumise Ngaye.


Bonke abahlakaniphileyo benza ngokwazi, kepha isiwula sivula ubuwula baso.


Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho; ngoba uJehova kayikumyekela osebenzisa ibizo lakhe ngeze.


Ngokuba uma wala ukubakhulula, ubathulise,


Basebembiza uRebeka, bathi kuye: Uyathanda yini ukuhamba lalumuntu? Wathi: “Ngiyakuhamba.”


Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.


U-Abhrahama wasesithi kuye: Qaphela ukuthi ungayibuyiseli khona indodana yami.


Ngase ngithi enkosini yami: ‘Mhlawumbe owesifazane akayikungilandela;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite