Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Intombazana yagijima, yabatshela lezizinto ngendlu kanina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kepha intombazana yagijima, yatshela abendlu kanina lezo zinto.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 URibheka wagijima wayotshela abendlu kanina ngalezo zinto.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:28
6 Referans Kwoze  

ULabani wangena etendeni likaJakobe, nasetendeni likaLeya nasematendeni ezincekukazi ezimbili; kodwa kabatholanga. Waphuma etendeni likaLeya, wangena etendeni likaRaheli.


U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, waqamba igama lakhe ngokuthi uRebheka, waba ngumkakhe; wamthanda, u-Isaka waduduzeka emva kokufa kukanina.


Base bethi umnewabo nonina: “Vumela intombazane ihlale nathi izinsuku okungenani eziyishumi; emva kwalokho uzohamba.


Ngakhothamisa ikhanda lami, ngakhuleka kuJehova, ngamdumisa uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongihole endleleni eqondileyo ukuba ngithathele indodana yayo indodakazi yomfowabo wenkosi yami.


UJakobe wamtshela uRaheli ukuthi ungumfowabo kayise nokuthi uyindodana kaRebeka; wagijima watshela uyise.


URebeka wayenomnewabo ogama lakhe lalinguLabani; uLabani wagijima waya endodeni emthonjeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite