Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 23:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi wakhuluma kubo wathi: “Uma kuyisu lenu ukuthi ngimbele ofileyo wami phambi kobuso bami; ngilalele, ungikhulumele izwi elihle ku-Efroni indodana kaSohari;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 wakhuluma nabo, wathi: “Uma kuyintando yenu ukuba ngimmbele ofileyo wami, angabikho ebusweni bami, ngizweni, ninginxusele ku-Efroni indodana kaSowari

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Wathi kubo: “Uma ningivumela ukuba ngingcwabe ithambo lomkami, ngicela ningikhulumele no-Efroni indodana kaZohari

Gade chapit la Kopi




UGenesise 23:8
7 Referans Kwoze  

Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, ophakanyiswe ngaphezu kwamazulu;


Wathi: “Tshelani inkosi uSolomoni, ngokuba ayiyikula kini ukuba inginike u-Abishagi waseShunemi, abe ngumkami.”


Amadodana akhe o-Isaka no-Ishmayeli bammbela emhumeni waseMakaphela ensimini ka-Efroni indodana kaSohari umHeti ephambi kweMamre;


U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.


ukuze anginike umhume waseMagpela anawo, osekupheleni kwensimu yakhe; ngoba imali elingana layo uzanginika yona ibe yindawo yethuna phakathi kwenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite