Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 23:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wakhuluma ku-Efroni ezindlebeni zabantu bezwe, wathi: “Kepha uma uthanda ukukunika, ngilalele; ngiyakukunika imali yezwe; yithathe kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wakhuluma ku-Efroni ezindlebeni zabantu balelo zwe, wathi: “Ake ungilalele: ngizakukunika imali yensimu; yamukele kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Wathi ku-Efroni bezwa bonke abantu balelo lizwe: “Ngilalele, ungizwe kahle mfowethu. Ngizokukhokhela yonke imali oyibizayo ngale nsimu. Vuma ukuba ngenze njalo, ukuze ngikwazi ukungcwaba umkami lapho.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 23:13
10 Referans Kwoze  

Inkulumo yenu mayingabi-kuhaha; yaneliswani ngalokho eninakho, ngokuba ushilo ukuthi: ‘Angisoze ngakushiya, angisoze ngakushiya.


Hambani ngokuhlakanipha kwabangaphandle, nithengisise isikhathi.


Ningakweleti muntu, kuphela elokuthandana, ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho.


Kukho konke nginibonisile, ukuthi ngokushikashikeka kanje kufanele nisize ababuthakathaka, nikhumbule amazwi eNkosi uJesu, ukuthi yathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’


Inkosi yasisithi kuArawuna: Hatshi! kodwa ngiyakusithenga kuwe ngentengo; ngiyakunikela kuJehova uNkulunkulu wami iminikelo yokushiswa engeyize. UDavide wathenga isibuya nezinkabi ngamashekeli angamashumi ayisihlanu esiliva.


U-Abrahama wakhothama phambi kwabantu bezwe.


U-Efroni wamphendula u-Abrahama, wathi kuye:


Wathenga isiqephu sezwe lapho agxumeka khona itende lakhe esandleni sabantwana bakwaHemori uyise kaShekemi ngezinhlamvu eziyikhulu zemali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite