Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 U-Abrahama wahlala izinsuku eziningi njengomfokazi ezweni lamaFilisti.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 U-Abrahama wagogobala ezweni lamaFilisti izinsuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 U-Abhrahama wagogobala izinsuku eziningi ezweni lamaFilisti.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:34
7 Referans Kwoze  

Bathandekayo, ngiyanincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo;


Bonke laba bafela ekukholweni, bengazamukelanga izithembiso, kodwa bazibona zikude, bakholiswa ngazo, bavuma ukuthi bangabafokazi nezihambi emhlabeni.


Ngokholo wagogobala elizweni lesithembiso njengowezizwe, ehlala emathenteni kanye loIsaka loJakobe, ababeyizindlalifa kanye laye zalesosithembiso;


Yizwa, Jehova, umkhuleko wami, ulalele ukukhala kwami; ungathuli ngezinyembezi zami, ngokuba ngingumfokazi kuwe nomfokazi njengabo bonke obaba.


Ngokuba singabafokazi phambi kwakho nezihambi njengabo bonke obaba; izinsuku zethu emhlabeni zinjengethunzi, akakho osalayo.


U-Abrahama wasuka lapho waya ezweni laseningizimu, wakha phakathi kweKadeshi neSuri, wagogobala eGerari.


U-Abrahama wabuyela ezincekwini zakhe, zasuka, zaya kanyekanye eBeri Sheba; u-Abrahama wahlala eBeri Sheba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite