Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 20:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathi kuSara: “Bheka, ngimnikile umnewenu amashekeli ayinkulungwane esiliva; bheka, uyisigubuzelo samehlo kuwe, kubo bonke abanawe nakubo bonke abanye; ngakho wakhuzwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wathi kuSara: “Bheka, ngimnikile umnewenu amashekeli* ayinkulungwane esiliva; bheka, lokhu kuyisisibekelo secala phambi kwamehlo abo bonke abanawe; kukho konke usulungisiwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Esebhekise kuSara wathi: “Bheka, umfowenu ngimnike izinhlamvu zesiliva eziyinkulungwane, eziyinhlawulo engishweleza ngazo ngesiphosiso asenze phambi kwabo bonke ohamba nabo, wena awunacala.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 20:16
11 Referans Kwoze  

Ukusolwa obala kungcono kunothando oluyimfihlo.


Akashongo yini kimi ukuthi: “Ungudadewethu na?” yena wathi: “Ungumfowethu; ngobuqotho benhliziyo yami nangobumsulwa bezandla zami ngikwenzile lokhu.


Wathi encekwini: “Ngubani le ndoda ehamba kithi endle na?” Yasisithi inceku: Le yinkosi yami; ngalokho wathatha iveli wazimboza.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Induna yasondela kuye, yathi kuye: “Uthini wena olele ubuthongo na?” sukuma, ubize uNkulunkulu wakho, uma uNkulunkulu esikhumbula, ukuze singalahleki.


Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Othanda ukulaywa uthanda ukwazi, kodwa ozonda ukusolwa uluhlaza.


U-Abimeleki wayeseyala bonke abantu bakhe, wathi: “Yilowo nalowo othinta le ndoda noma umkakhe uyakubulawa nokubulawa.


U-Abrahama wakhuleka kuNkulunkulu; uNkulunkulu wamphulukisa u-Abimeleki, nomkakhe, nezincekukazi zakhe; futhi bazala abantwana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite