Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 2:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJehova uNkulunkulu wamehlisela umuntu ubuthongo obunzima, walala;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJehova uNkulunkulu wamehlisela umuntu ubuthongo obunzima, walala; wayesethatha olunye lwezimbambo zakhe, wavala indawo ngenyama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 USimakade uNkulunkulu wenza ukuba umuntu azunywe ngubuthongo obukhulu, kuthe esalele wathatha olunye lwezimbambo zakhe, wayivala ngesicubu leyo ndawo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 2:21
7 Referans Kwoze  

Kwathi selishona ilanga ubuthongo obunzima bamehlela u-Abrama; bheka, wehlelwa yingebhe yobumnyama obukhulu.


Ngemicabango yemibono yasebusuku, lapho ubuthongo obunzima behlela abantu,


UDavide wathatha umkhonto nesiphambano samanzi emgodleni kaSawule; basuka, akwabona muntu, nokwaziyo, nokwavuka; ngoba bonke balala; ngoba ubuthongo obunzima bukaJehova behlela phezu kwabo.


Esakhuluma nami, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi, kepha wangithinta, wangimisa.


Ephusheni, embonweni wasebusuku, lapho ubuthongo obunzima bubehlela abantu, ebuthongweni embhedeni;


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Ngokuba indoda ayiveli kowesifazane; kodwa umfazi endodeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite